Othishanhloko bayayalelwa (ngokweSekhula 66 ka-2008 yokuBala amakhanda ka-2009) ukuthi banikezele ngolwazi olungenaphutha nolubalulekile njengoba lunomthelela ekushoni nasekutholeni izidingongqangi zezikole. Ukwehluleka ukuletha lolu lwazi olungenaphutha nolubalulekile kuzokwenza ubandlululo kanye nokulimala kwemisebenzi yoMnyango futhi kuzocatshangwa sengathi awuzange unake umyalelo osemthethweni.
Mina, Thishanhloko wase ngiqiniseksia ukuthi ulwazi oluhlinzekwe lapha luhlinzekiwe lapha, ngokwazi kwami nangenkolelo yami luyiqiniso futhi lulungile.
Mina, IDSOngiqinisekisa ukuthi ulwazi olukuleli fomu ngokwazi kwami nenkolelo yami lulungile futhi luphelele..
Luhlolwe Umqondisi Wesifunda: Mina, Umqondisi Wesifundangiqiniseksia ukuthi ulwazi oluhlinzekwe kuleli fomu, ngokwazi nenkolelo yami, lulungile futhi luphelele.
Lesi sigaba kufanele sigcwaliswe ngokuphelele futhi siqinisekiswe Uthishanhloko noma Iphini Likathishanhloko noma omunye umuntu okhethiwe0 esikoleni. Uthishomkhulu kufanele asayini bese egxiviza ngesitembu esikhaleni esihlinzekiwe ezansi ekhasini lokuqiniseksia ukuqinisekisa ukuthi ukuhlolwa kolwazi oluqoqiwe kwenziwe futhi onke amaphutha alungisiwe ohlwini ngalunye. Lolu hlu lokuqinisekisa kufanele luhanjiswe emahhovisi esigodi/esifunda bese kuthi ikhophi ifakwe efayilini esikoleni kwenzelwe izinhloso zokucwaningwa kwamabhuku.
Uma ngabe ifomu selitholakele livela esikoleni ehhovisi lesigodi noma lesifunda, Umphathi Wezemfundo Wesifunda okhethiwe (Umqondisi Wesigodi) kufanele aqiniseksie ulwazi oluqoqiwe entweni ngayinye ohlwini.
Ithebula Lokulawula elifingqiwe : Isigaba Sesikole/Somfundi Ihloliwe futhi yaqinisekiswa?
Ingabe isigaba seMininingwane Yesikole (Ithebula 1) igcwaliswe kahle kuzo zonke izinto na?
Ingabe inamba yonke yabafundi ebhalise esikoleni ebangeni ngalinye (Ithebula 2) iyabhalansa yini nerijista yekilasi nalelo banga?
Ungakuqinisekisa yini ukuthi bonke abafundi ababhalisa ngokukhubazeka (Ithebuli 5) bahlolwa ngohlelo lokuhlolwa olusemthethweni?
Ungakuqinisekisa yini ukuthi imibhalo eyeseka ukuhlolwa komfundi ngamunye okusemthethweni kukhona esikoleni?
Ngiyafakazisa ukuthi ulwazi olunikezelwe kuleli fomu ngokolwazi nenkolelo yami lulungile futhi luphelele.
Ikheli lendawo Ikheli leposi ungagcwalisi uma lifana neleNdawo, maka ngo-.
Umnikelo wezimali womfundi ngamunye (Izimali zesikole) (Uma ngabe isikole sizikhokhisa izimali zesikole , maka ngo-.
a Abasebenzi ngokwezigaba zomsebenzi abaholelwa Uhulumeni AMANOTHI: 1. Bonke abafundi abaqashwe esikoleni ngosuku locwaningo kufanele kukhonjiswe efomini yocwaningo . 2. Abasebenzi abaselivini kufanele bakhonjiswe noma ngabe kufakwe abanye esikhundleni sabo. 3. Izikole ezizimele kufanele zikhombise KUPHELA abasebenzi bazo ngaphansi kwesihloko "Umkhandlu Ophethe". 4. AKUKHO lungu labasebenzi okufanele balwe ngaphezu kokukodwa.
Okufakwe esikhundleni = umfundisi ovala isikhala somunye umfundisi ofakwe kukhalamu yabaqashwe unomphelo noma okwesikhashana. Okugcwele = umsebenzi oqashwe esikhundleni ngokugcwele osebenza isonto eligcwele. Okwesikhashana = umsebenzi oqashwe ukuthi asebenze amahora ambalwa kunomsebenzi oqashwe ngokugcwele.
b Abasebenzi ngokwezigaba zomsebenzi abaholelwa Umgwamanda Ophethe/Abakhokhelwa Ngasese AMANOTHI: 1. Bonke abafundi abaqashwe esikoleni ngosuku locwaningo kufanele kukhonjiswe efomini yocwaningo. 2. Abasebenzi abaselivini kufanele bakhonjiswe noma ngabe kufakwe abanye esikhundleni sabo. 3. Izikole ezizimele kufanele zikhombise KUPHELA abasebenzi bazo ngaphansi kwesihloko "Umkhandlu Ophethe". 4. AKUKHO lungu labasebenzi okufanele balwe ngaphezu kokukodwa..
Okufakwe esikhundleni = umfundisi ovala isikhala somunye umfundisi ofakwe kukhalamu yabaqashwe unomphelo noma okwesikhashana. Okugcwele = umsebenzi oqashwe esikhundleni ngokugcwele osebenza isonto eligcwele. Okwesikhashana = umsebenzi oqashwe ukuthi asebenze amahora ambalwa kunomsebenzi oqashwe ngokugcwele.
